Ezempilo Health Matters : January 2015 : isiZulu version

ma
hh
al
a
umasinganA • 2015
Ukusoka okungaphezu
kwezi-500 000 e-KZN
a
g
n
a
f
u
Ak
a
w
d
e
y
no
Fighting
Disease,
Fighting
Poverty,
GivingIthemba
Hope
Ukulwa Nezifo,
Ukulwa
Nendlala,
Ukunika
u
k
a
l
e
v
o
o
z
e
l
Umya
KZN,
eMEC WezeMpilo
mo
lo
h
D
i
n
e
is
g
n
o
ib
uDkt S
i
k
a
T
&
a
s
i
b
a
Th
Ngiyaziqhenya ngokuba
nomyeni osokile
ngoba sinamathuba
amancane okuthola
igciwane lengculazi.
ela nje uma
hi eside – kuph
se
zophila isikhat
ba
ela efanele, be
anguzo ngendl
onke u-2015
n
ish
a
im
el
a
is
dl
if
be
in
g
usha
hle kwezocansi.
la konyaka om
beziphatha ka
omuhle. Ukuqa
la kabusha
lo
pi
im
uba lokuqa
ba okuqala
th
hu
yi
at
li
m
pilo
Le
na
za
ku
lo
ngweni sezem
a lokuqala impi
ungayi esikhu
ub
ni
th
yi
Yi
e,
?
a.
la
nk
sh
ha
ko
bu
ah
ka
elela
a konke m
ne uyohlolelw
kuthi ungaphum
za
yo
ele
du
a
m
ise
ish
ku
es
a
em
w
o
kohlol
lule.
unemibon
i uma ungakayi
ith
amaphutha ad
a
ng
em
ye
o
w
gi
sh
N
ug
gi
N
se
ayo.
kanjani be
lokuphumula
gomuntu ogul
libe nethuba
uzithathe njen
afana nomuntu
uy
a
Iningi lenu
a
ph
dw
Ke
Nyuyezi.
a uphilile ko
no
e
zw
zi
ny
ka
ga
uthi
i
un
us
i – uze uzazi uk
lidle uKhisim
sikhathi
ngoba awuzaz
i Wezempilo yi
o
en
ay
thi
ul
gw
ha
og
an
sik
ny
a kusene
uchaza
kithina eM
u onyakeni, ok
. Izifo zitholakal
ul
ifo
kh
as
ulwa.
ka
un
w
o
la
aw
as
zi
ng
e bese
alekelele.
esimatasa
hlolwa, welashw
onke umuntu
ko
w
a
uy
ga
e.
a
in
id
sid
um
es
e
hi
isikhat
ukuthi sisuk
lela ekuphileni
tu bevala, beya
ho
an
ku
ab
u
e
kh
nk
Lo
bo
o
i
g
n
Ngesikhath
neni uMnya
u cishe yizo
Ngasekugci
ibhedlela zeth
yokusiza labo
o
w
a,
ya
el
o
emicimbini, iz
dl
am
he
nya ngemiz
e. Kepha izib
he
lil
iq
e
vu
az
zi
uy
ke
isu
eni abenze kahl
nye
zodwa ez
mphakathi ka
kamatikuletsh
ba
Zo
i
lo
nd
bo
pi
fu
la
m
gi
ba
ze
in
Ze
In
ndaze.
Izikhungo
linzeka ngemifu
ho ngaphandle
ah
ut
ul
ub
nhle.
zi
ak
ok
ge
lo
ng
in
pi
ez
am
nemithol
kwezimo eb
amaqhawe
u
o
w
ez
La
ph
.
na
zo
e
ku
el
ebenza
liphumel
empu
kwabantu abas
mindeni
hakathini ehlw
ngesikhathi se
bo livela emip
a
la
el
gi
ik
in
gekho
an
In
en
le
o
ki
e labo
haya laph
anganake
aweni zasemak
iza abantu bezw
us
nd
zi
uk
se
a
thi ibe
ya
on
ka
kh
ha
a
o kanye
yawo, ab
a leyo mip
i eziphuthumay
amathuba keph
en
a
w
on
lelwe
im
kh
ze
ez
i
ge
sh
en
nezivaka
buye kw
yizifo. Lokhu ku
ona.
e
kh
w
ni
ka
aq
fu
ih
ge
ga
in
an
ed
uhle
nalapho
zempilo ab
ba unyak a om
abasebenzi be
ye
zo
ni
u
an
k
he
ab
a
ob
ek
ol
k
Kubu
Natali.
azi basemad
pilo KwaZuluya ubukhazikh
.
em
hi
ez
ya
us
W
ha
i
uk
ak
en
m
gw
eMnyan
weni ezise
wezisebenza ezinda
lwa, ngonyaka
ni
ko
ba
yo
ye
in
um
iz
ba
ok
ya
e
nj
ha
Ukubala
abasha sis
eni
siza laba bantu
okusemthethw
ku
a
ng
go
a
sh
N
lw
qe
vu
qe
zo
ba
2015 ku
athini kanye
e elilodwa. Siya
mpilo emphak
ezimbili ngetsh
kwabasebenzi
a
ek
el
izikhungo zeze
w
es
la
kw
hu
et
no
kw
na
no
ka
e
he
ny
lo, ka
sibe sib
ndawo.
nemitholampi
o
hiwe kulezo zi
njengesikhung
pilo abaqeqes
ds
m
or
ze
cC
be
uma
iM
ha
la
as
le
isiBhed
bantu ab
ba ukuthi labo
kunakekelwa
bo
em
e
th
mbeza
sh
Se
ne
he
no
ep
w
sobuch
ane bayoba
ibalulekile
ez
es
iy
o
el
im
e
ez
w
em
es
m
w
ye isi
sebeth
kathini
kwamehlo. Esin
sebenza emipha
inzekwa
ko
hl
ye
ku
ba
no
la
a
ye
an
el
may
bokubu
zi.
esezinguquko
iwane lengcula
gc
ye
zo
abavela kuyo.
gu
an
kwemish
antu
ab
hi
ut
uk
hu
alok
Umphumela w
N
zi-2015 ube
e
w
a
k
a
y
n
u
e
nibusise enz
nke umuntu!
o
w
o
UNkulunkulu a
w
u
k
lo
u
b
ile noletha inja
h
p
e
h
p
o
,
o
il
p
m
one
Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendlala, Ukunika Ithemba
ng
INQUBOMGOMO
ENTSHA
Imifundaze
Isimungumungwane Siyabulala kepha
singagwenywa ngomgomo
Izindaba Ezakamuva ezivela eMnyangweni
wakho Wezempilo
Umfanekiso Obaba abadala abathandana nezingane:
Injabulo yesikhashana, Izinkinga ezingapheli
INQUBOMGOMO ENTSHA Kuqaliswa ukwelashwa
kwesikhathi eside kungakhathalekile nge-CD4 count
Ukusoka Bangaphezu kwesigidi abesilisa abasokwe
ngempumelelo lapha e-KZN
Ukuqwashisa Ngobulephele
Isiqalo
Sempilo
UMNYANGO WEZEMPILO E-KZN: UPHIKO
LWEZOKUXHUMANA
U-ZOHRA MOHAMED TEKE (UMHLELI)
COLIWE ZULU
THANDI ZULU
THEMBA MNGOMEZULU
sara auld
DR GUGU MAZIBUKO
Ukuba nempilo ngowezi-2015
Hlolwa impilo mahhala
Imitholampilo Yokuhushula Izisu
Qaphela ezingagunyaziwe
NGEMBOBO KAKHIYE
UDkt Quazi ophumelelise ukusoka e-KZN
Sinike uvo lwakho, noma usitshele ukuthi
ucabangani ngalo magazini! P O Box 25439,
Gateway, 4321, UCINGO-031 825 6790.
I-EMAIL: editor@ezempilohealthmatters.
co.za ILUNGELO LOBUNIKAZI
UKUHUSHULA
ISISU
Siyababonga laba
abalandelayo ababe neqhaza:
Uluthola kuphi futhi kanjani usizo
Konke okushicilelwe kulo magazini
kuyilungelo le-Ezempilo… Health Matters
futhi kungase kuphinde kukhiqizwe
futhi kusakazwe mahhala ngezinjongo
zokufundisa kuphela.
we
k
i
b
u
Sek
nu
m
i
s
e
aban
ane
w
g
n
u
gum
ezweni
Umlando kamufi
UMnyango Wezempilo e-KZN usosizini
ngokushona ngokukhulu ukuzuma
kukaDkt Samukelisiwe Camara, iNhloko
yesiKhungo Sezempilo Somphakathi
sasePholela, engozini yemoto
zingama-24 kuZibandlela 2014.
Sengathi angaphumula ngokuthula.
Zonke izikhangiso ezikulo magazini akukona
ukuthi zisekelwa ngokusemthethweni
uMnyango Wezempilo Wase-KZN, uMasipala
WasEthekwini noma Ezempilo Health
Matters
Ukwazi ukuthi ungasigwema kanjani
isifo kusho ukuphephisa impilo
OKUMELE UKWAZI NGESIMUNGUMUNGWANE
Siyini isimungumungwane
Yisifo esihaqa imigudu yokuphefumula
kanye namaphaphu omuntu – ikakhulu
izingane ezincane kanti siyabulala. Sisatshalaliswa ukuthimula, ukukhwehlela
noma ukwabelana ngokudla neziphuzo
nomuntu onaso. Igciwane lesimungumungwane lingatholakala emoyeni.
Lokho kusho ukuthi ungalithola igciwane
lesimungumungwane uma useduzane nomuntu onaso noma ngabe engakhwehlelanga. Kubalulekile ukungayi emsebenzini, esikoleni nokuba seduze kwabanye
abantu uze utshelwe ukuthi sekuphephile
ukuthi ungaya kwabanye abantu.
Singagwenywa isimungumungwane? Zonke izingane
ziyasigomela isimungumungwane kanti
okuyiyona ndlela efanele yokusigwema
ukuqinisekisa ukuthi ingane yakho iyithola
yonke imigomo. Khuluma nomsebenzi
wezempilo ngemigomo okumele itholwe
yingane yakho bese uqinisekisa ukuthi
zonke izingane zigomile ekhaya.
Izimpawu zesimungumungwane Kuqala ngomkhuhlane, amafinyila,
amehlo abuhlungu kanye nokukhwehlela.
Emva kwezinsuku kuqala ukuqubuka
esiphongweni nasentanyeni bese kulandela
ubuso bonke nomzimba wonke.
Selashwa kanjani Uma usola othile
ekhaya ukuthi unesimungumungwane,
muse esikhungweni sezempilo esiseduzane
ukuze athathwe igazi bese elashelwa sona
uma sitholakele egazini.
Ekhaya Umuntu onesimungumungwane, ikakhulu izingane kumele zibe
sembhedeni, ziphuze okungamanzi
okuningi bese zinikwa nokudla okunempilo. Uma ingane enesimungumungwane
inganceli ibele, yifunze ubisi lwebele
ngesipunu.
Ubungozi besimungumungwane Kungaba nzima enganeni enesimungumungwane ukuba ilwe nezinye
izifo ezinjengenumoniya, indlebe ebuthaka, izilonda emlonyeni ngisho nobuthaka
emehlweni okungathi uma kungelashiwe
kuholele ebumpumputheni.
UKUQWASHISA NGESIMUNGUMUNGWANE
umasingana 2015
okuqukethwe
Ukugwema ukubulala kwesimungumungwane qinisekisa ukuthi wonke
umuntu ekhaya ugonyelwe lesi sifo ezinyangeni eziyisi-9 neziyi-18.
UNGAWATHATHI AMASHANSI,
ISIMUNGUMUNGWANE SIYABULALA.
Imifanekiso esetshenziswe kwEzempilo eyokucacisa kuphela, ayiqondile ukuveza abantu bangempela futhi ayimele lokho okuqukethwe ushicilelo.
Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendlala, Ukunika Ithemba
Isibhedlela i-CJ Crookes yisona
esamukele ingane ezalwe kuqala
ngowezi-2015!
Ingane ezalwe kuqala KwaZulu-Natali
izalelwe esibhedlela i-CJ Crookes zingama-31
kuZibandlela 2015, inguYamkela ozalwe
enesisindo esingu-3.63. Kuthiwa nasezweni
lonke kucatshangwa ukuthi ube yingane ezalwe kuqala. Ngenkathi amukela lo mntwana
nabanye abangama-33 abazalwe esifundazweni sonke uNgqongqoshe uDhlomo unxuse
omama abakhulelwe ukuba baphuthume
emitholampilo beyobhalisela ukukhulelwa
kwabo ukuze bathole izingane eziphilile.
“Kumele kulethe intokozo ukuzalwa kwengane. Kepha lobo bumnandi buyokwenziwa
ukunakekeleka okufanele ezinyangeni eziy-
isishiyagalolunye zokukhulelwa. Sicela bonke
abesifazane abakhulelwe ukuba basheshe
baye emitholampilo ukuze izingane zabo
zizalwe ziphilile. Ukuya komama abakhulelwe
kusenesikhathi kulesi sifundazwe yikhona
okwehlise izinga lokwedluliseka kwegciwane
lengculazi lisuka kumama liya enganeni ngama-1.2%. Uma umama onegciwane lengculazi esheshe eya emtholampilo, siye simnike
imishanguzo yokuthithibalisa igciwane ukuze
lingadluleli enganeni. Kuningi esingakwenza
njengabezempilo kepha nomphakathi uneqhaza lawo okumele ulibambe,” kugcizelela
uNgqongqoshe uDhlomo.
Inhloko yomnyango ikhuluma
ngokulwa nesifo sofuba
INhloko Yomnyango Wezempilo e-KZN,
UKUQALA UNYAKA NGEZEMPILO EZENGEZIWE
UNgqongqoshe Wezempilo KwaZulu-Natali,
uDkt Sibongiseni Dhlomo wemukele unyaka
omusha ngokusabalalisa izidingo zezempilo
ezindaweni zasemakhaya esifundazweni.
Enye yalezi zindawo yisiFunda saseMkhanyakude esinikezwe izigidi ezingama-27,
35 ukulungisa ingqalasizinda ukuze
kuthuthukiswe ezempilo endaweni. Lokhu
kubandakanya uPhiko olusha lwegciwane
lengculazi nengculazi kanye nezifo zocansi
kanye ne-TB, iwadi yabesifazane, uPhiko
lokwelashwa kanye nendawo yokuhlala
yabasebenzi esibhedlela esizuze umklomelo
saseMseleni, esithathwa njengesihlinzeka
ezempilo ngokuseqophelweni eliphezulu.
Ngesikhathi evula lezi zakhiwo uDkt
Dhlomo uncome umsebenzi wabasebenzi esibhedlela kanye nemenenja yesibhedlela uDkt
Victor Fredlund, ohlonishwa kakhulu ngomsebenzi wakhe othinta impilo emakhaya.
Sijabule kakhulu ngokuvulwa kwala
maphrojekthi ngoba azophucula izinga lokuh-
linzekwa kwezidingo zezempilo. Selokhu
ngaqala ukuba uNgqongqoshe Wezempilo
ngihambela izibhedlela nemitholampilo
ukuze ngizibonele ngokwami ukuthi zelashwa
kanjani iziguli; zigcinwe kanjani izikhungo
zethu nokuthi basebenza kanjani abasebenzi
bethu. Ngesikhathi ngenza lokhu ngizibonele
ngokwami ukuthi baningi abasebenzi abasebenza ngokuzikhandla ukuqinisekisa ukuthi
iziguli zelashwa kahle endaweni ehlanzekile,”
kusho uDkt Dhlomo.
uDkt Sibongile Zungu uncome umsebenzi
wokusetshenziswana nabo kanye nabasebenzi bezempilo ekulweni ne-TB kule minyaka
emihlanu eyedlule, kepha wathi kuningi
okusamele kwenziwe ukuze kungabe kusaba
bikho muntu obulawa yi-TB.
Ngesikhathi ekhuluma nababethamele
esiBhedlela i-Addington wancoma imizamo
yokubambisana kule minyaka eyishumi
ekulweni nesifo sofuba, uDkt Zungu wathi
i-KZN yisona sifundazwe esinezibalo ezinkulu
zabane-TB nokuqhubeza ukuba abasebenzi
bezempilo babe sengcupheni.
“Ayikho indlela esingabalekela ngayo iqiniso lokuthi i-TB iyinselelo enkulu kubasebenzi
bezempilo. Kuseyinkinga ukuqalisa izinhlelo
zokuhlola njengabasebenzi bezempilo.
Ngokufakaza kukaNgqongqoshe uDhlomo
kutheleleke nabanye ongoti. Ehlonipha uDkt
Nerissa Pather waseThekwini noDkt Thabiso
Thusi wasePort Shepstone, abasuleleke
nge-TB ne-MDR ngokwehlukana, besemsebenzini, uDkt Dhlomo wathi: Lo umklomelo
onzima noma yimuphi umsebenzi wezempilo
angawuzuzela izwe lakhe.”
UDkt Zungu wagcizelela ukuthi nakuba
isifundazwe siphumelelile ekulweni neTB kepha izinga labane-HIV kanye ne-TB
lingama-65%.“Siyazi ukuthi okuyisona sithiyo
esikhulu ukuthatha isikhathi kokuhlolwa nokwelashelwa i-TB kubantu abane-HIV. Kuningi
okusamele sikwenze kulolu daba, ngokubhekelela uMbiko osihloko sithi: Ukufa kanye
nezimbangela zokufa eNingizimu Afrika,
“Masisebenze ngokubambisana ekwakheni
umhlaba ongenaso isifo sofuba”
2013; ngabezokuBalwa Kwabantu eNingizimu
Afrika, 2014; imbangela yokufa kubantu
abaneminyaka ewu- 15-44 isifuba, esenza
ama-15.2% okufa kulesi sigaba seminyaka,
kulandele i-HIV ebulala ama-10,8%,” kwengeza
uDkt Zungu.Uyaqhubeka uDkt Zungu athi
ucwaningo luveza ukuthi isifundazwe sesibe
nentuthuko kulabo abayeka ukudla imishanguzo ye-TB basuka ema-20% ngowezi-2005
sehla saya ema-5%. “Lokhu kuzuzwe ngenxa
yokuzinikela nokubekezela kwabasebenzi
bezempilo kanye nokusetshenziswana nabo
emkhakheni we-TB,” kusho uDkt Zungu.
Okunye kokuhlosiwe ekunqobeni i-TB
ngowezi-2015 kubandakanya:
95% wama-smear positive cases usuqaliswe
ukwelashwa
I-Bacteriological coverage yenyuswe yaya ema90%
I-smear conversion ezinyangeni ezimbili isiyenyuselwe ema-85%
Izinga labayeke ukudla imishanguzo lingaphansi kwama-5%
Impumelelo yokwelashwa kwe-MDR ingama-65%
Izinga lokubulalwa yi-MDR lehle laba
ngama-10%
Izinga lokwelashwa ngempumelelo kwe-XDR
lenyuke laya ema-35% kanti nezinga lokubulawa yi-XDR selehle laba ngama-30%
qaphelani obaba
abathandana nezingane
ezincane! baletha
injabulo yesikhashana
nokuhlupheka
kwesikhathi eside!
Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendlala, Ukunika Ithemba
OKUSHA KWEZEMPILO
Ukwelashwa kwesikhathi
eside kwegciwane lengculazi+
abesifazane abakhulelwe
Kusukela ngale nyanga bonke abesifazane abakhulelwe bazothola umshanguzo wesikhathi eside wegciwane lengculazi kungakhathalekile ubungako begciwane emzimbeni. Ngaphansi
kwale nqubomgomo entsha ezoqala ukusebenza ngale nyanga,
bonke abanye abantu abanegciwane lengculazi bazonikezwa
imishanguzo uma i-CD4 count yabo yehla iba ngama-500. Lokhu
kuzokwehlisa izinga lokwedluliseleka kwegciwane kanye nokusiza iziguli ukuba zelashwe kusenesikhathi.
ISICELO SOKWEHLISA UMOYA
Imithetho emisha emenyezelwe uNgqongqoshe Wezempilo Kuzwelonke uDkt Aaron Motsoaledi iveza ukuthi iningi labantu selizokwazi ukuthola imishanguzo yengculazi yesikhathi
eside okuzokwenza ukuba baphile isikhathi eside. Ngenxa yenjabulo elethwa yilolu hlelo,
iNhloko Yomnyango Wezempilo e-KZN uDkt Sibongile Zungu inxusa wonke umuntu ukuba
abekezele ngoba kuzogcwala kakhulu ezikhungweni zezempilo emva kwalesi simemezelo.
“Njengoba le nqubomgomo izoqala ukusebenza ngale nyanga, izikhungo zezempilo zizogcwala kakhulu. Sicela ukubekezelelana ukuze sikwazi ukubhekana nalesi simo. Sicela iziguli
zibike uma kukhona izinkinga ngalolu hlelo ukuze sikwazi ukuzixazulula masinyane ukuze
siqinisekise impumelelo yalo mngenelelo kwezempilo,” kuchaza uDkt Zungu.
USIZO
LOKULWANENGCU
LAZI
YINI LENA ENGAKA NGE-CD4 COUNT?
Amaseli e-CD4 awuhlobo
lwamaseli amhlophe
abalulekile ekukusizeni
ukuvikela umzimba ekulweni
nezifo.
I-CD4 COUNT ukuhlolwa
kwaselebhu okukala isibalo
samaseli e-CD4 egazini lakho.
I-CD4 COUNT ikhombisa ukuthi
amasosha omzimba wakho
asebenza kanjani, uma i-CD4
count yakho iphezulu kusho
ukuthi umzimba wakho
uyakwazi ukulwa nezifo.
OKUMELE UKWENZELE IMPILO YAKHO
Hlolela izifo zocansi bese ukhuthaza nomlin-
gani wakho ukuba ayohlola.
Kuphephile ukukhulelwa okuhleliwe. Uma
usukhulelwe phuthuma emtholampilo ngoba
lokho kuphephisa impilo.
Ukusheshe uye emtholampilo kwandisa
amathuba okuzalwa kwengane engenalo
igciwane lengculazi.
Zonke izingane ezinegciwane lengculazi
ezineminyaka engaphansi kwemihlanu kumele zithole imishanguzo kungakhathalekile
isimo sempilo yazo ne-CD4 COUNT.
Bonke abesifazane abakhulelwe kumele
Yazi isimo sakho. Hlola.
bahlolele igciwane lengculazi ukuze
bavikeleke kanye nezingane.
Imishanguzo eyempilo yakho yonke – Yidle
njalo.
Uma utholakala ungenalo igciwane, hlola
minyaka yonke uhlole ne-TB.
Uma imishanguzo ingakuphathi kahle, ungaziyekeli wena ngokwakho kepha hamba
uyobika kumsebenzi wezempilo.
Ziphathe kahle kwezocansi, ikakhulu uma
unegciwane lengculazi. Sebenzisa ikhondomu, ukhuthaze umlingani wakho ukuba
asoke bese ugxila kumlingani oyedwa.
Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendlala, Ukunika Ithemba
ukusoka
IsiFundazwe saKwaZulu-Natali sinconywa
ngempumelelo yaso
ekusokeni kanye nokwehlisa ukusabalala
kwegciwane lengculazi
nengculazi.
AKUKHO
NOYEDWAE
OSHONIL
Ukusoka okungaphezu
kwezi- 500 000 okube
yimpumelelo e-KZN
N
gesikhathi kwamukelwa abesilisa
abangama-295 abebebuya kosokwa
eKokstad, uNgqongqoshe Wezempilo e-KZN, uDkt Dhlomo uncome ubuholi
beSilo uGoodwill Zwelithini ekugqugquzeleni ukusoka kwabesilisa.
“Ngeke sikhathale ukubonga Ongangezwe Lakhe ngobuholi nobuhlakani
bakhe ekubuyiseni ukusoka njengendlela
yokulwa nokusabalala kwegciwane
lengculazi kanye nengculazi uqobo osekuqede abantu bakhe. Namuhla umhlaba wonke usuqaphelile futhi uyaluncoma
ushintsho esimweni sempilo kubantu
baseNingizimu Afrika. Igciwane lengculazi ebelibhuqabhuqa abantu namuhla
seliyanqotshwa.
“Namuhla ngingakubika ukuthi kusukela ngonyaka wezi-2000 iSilo kade sihlaba
umkhosi eMKHOSINI WOSELWA; sesisoke
abesilisa abangaphezu kwama-500 000,
kungekho noyedwa oshonile noma onqunywe isitho esithile.
Okwenza ukusoka kwaseKZN kwehluke
UMnyango wenza ukusoka kwamahhala
okwenziwa ochwepheshe abaqeqeshiwe.
Ukuqapha okwenziwa ochwepheshe bomnyango kubandakanya lokhu okulandelayo:
I-KZN ihamba phambili
Uqeqesho lokugwema ukugula ezinkanjini
Okwenza ukuthi ukusoka kube yimpumelelo esifundazweni yingoba uMnyango Wezempilo e-KZN ubuka ukusoka
njengolunye lwezinhlelo zokulwa nokusabalala kwegciwane lengculazi. UMnyango waqalisa isikhungo esisezingeni
eliphezulu sokusoka esiBhedlela iNorthdale, eMgungundlovu lapho kuqeqeshwa
khona abasokayo okubandakanya nabasuka emazweni angomakhelwane.
zokusoka zesintu
Ukubulala amagciwane ezintweni okusokwa ngazo
Ukuhambisa abahlengikazi besilisa ukuba
bayoqapha isimo ezinkanjini okusokelwa kuzo
UkweLulekwa nokuHlolelwa igciwane
lengculazi ngaphambi kokuya kosokwa
kanye nokuhlolelwa zonke izifo
Unakekelo lwangemuva kokusokwa uma
ludingekile.
Sukuma. Usoke.
umasingana
25
USUKU
A
S
I
H
S
A
W
Q
U
K
O
L
NGOBUfuLnEdisPe HomEunLyEe
Ukutho
kusene lakala
sikhat
hi
kungav
ukukh imba
ubazek
a
Omunye aka
ikwa
Ngonyaka owedlule kwab hele
ulep
abantu abayi-18 abanob
KwaZulu-Natali – isibalo
sukela
esikhulu kunazo zonke ku
kuba
ngonyaka wezi-2010. Na
ne kepha
izibalo zibonakala zinca
Leprosy
izinhlangano ezinjengeiphakathi
Mission zinxusa yonke im o ngoba
sif
ukuba izifundise ngalesi
omphela.
sibanga ukukhubazeka un
E
do kanye
benzi, amathuba omsha
unene.
uK
khuluma nabe-Ezempilo
ho
kus
”
,
no
lwa
nobudle
shini
mi
we
eli
lum
hu
mk
gu
on
Ukuze uphephe kanye
nene,
ka
esifundazweni uLucky Ku
mphakathi wakho, qinise
no
enkulu
u
paw
wathi okuyiyona nselelo
izim
a
on
ukuthi uyazib
lakala
ukuthi kuyephuza ukutho
zobulephele:
,
ho
nak
ubulephele kubantu aba
kakhulu
ba
ngesikhathi sekuhambe
Buhlasela kakhulu isikhum
zi kakhulu
go
yin
“Bu
ilonda.
sebekhubazekile.
nez
a
nemizwa; ngamathumb
eNingizimu
ubulephele esibubona
a kube
enz
eni
Amashanda esikhumb
siza abantu
Afrika okuba nzima uku
isimo sesndikindiki.
abanakho ngoba bafika
a
ele
kum
ho
gak
Ukuqumba kwesikhumba nom
ivele sesibheda. Yin
eni
sw
ebu
mpawu
amaguludla, ikakhulu
abantu bazifundise ngezi
asekub
a
bik
be
se
be
ele
nasezindlebeni.
ph
zobule
isipha
hona abakuk
a
um
pilo
zem
be
nzi
Ubuhlungu, ukuqumba kwem
be
ne
esi
ifo
yis
bu
ele
kusolayo. Ubuleph
(eduze namalunga).
a labo bantu
e noma
sihluku ngoba buhlasel
Ukuba ntekenteke kweminw
enza
ng
Bu
ni.
be
hla
em
ofu
abamp
izinyawo.
pilo yakhe
ukopha
umuntu akhubazeke im
Ukuqothuka kwezinkophe,
esithile
yonke, anqunywe isitho
ana
cin
emakhaleni noma uku
Siphinde
futhi abe yimpumputhe.
seum
emakhaleni.
o,
sikhinyabeze imfundo yab
Ukwelashwuleaphele uma
Bungelapheka ub
i. Lokho
butholakale kusenesikhath
gwema
aku
ang
tu
un
um
thi
kusho uku
eka
baz
khu
ukunqunywa noma uku
u
paw
izim
ika
uma esheshe wayob
ne.
uza
sed
esi
pilo
em
sez
ni
esikhungwe
o
ng
nya
uM
Kwelashwa mahhala futhi
osy
epr
neL
Wezempilo e-KZN ukanye
lapha labo
Mission banohlelo lokwe
a labo
aph
zel
o
ng
hu
abanabo. Izik
anya:
dak
ban
oku
e
hel
lep
bu
abano
– ngolweIsiBhedlela i-Edendale
eni
Sine lokugcina enyang
lwesiHlanu
I-Prince Mshiyeni – ngo
lokugcina enyangeni
ka (MasinIManguzi – kabili ngonya
gana/Ncwaba)
ibili
IMadadeni – enyangeni yes
ulephele
Uma udinga ulwazi ngob
KwaZulu-Natali, shayela
olo
uLucky Kunene kule nomb
ethi: 072 252 0801
lala, Ukunika Ithemba
nd
Ne
a
ulw
Uk
o,
zif
Ne
a
ulw
Uk
Isiqalo Sempilo
Qala u-2015
ngokuba nempilo
UMnyango Wezempilo KwaZulu-Natali umema zonke izakhamizi ukuba ziqalise unyaka
omusha ngokuya ezikhungweni zezempilo esifundazweni ziyohlolwa mahhala.
Inhloso Yokugwema
Ngesikhathi yenza isimemezelo, iNhloko
Yomnyango Wezempilo Esifundazweni, uDkt
Zungu ithe: “Seluleka zonke izakhamizi zaseNingizimu Afrika ukuba ziye emitholampilo
eseduzane ziyohlolwa ukuze zisazi isimo
sempilo yazo. Zonke izifo – noma ngabe yigciwane lesandulela ngculazi, izinhlobo ezahlukene zomdlavuza, isifo senhliziyo noma
sikashukela – kuba lula noma kuyashibha
ukuzelapha nokuzilawula uma zitholakale
kusenesikhathi okwenza kubaluleke ukuhlolwa kusenesikhathi – kunokulinda size
sidlondlobale isifo.”
UDkt Zungu wagqugquzela abesifazane
ukuba basebenzise ithuba elivezwe isiFundazwe ngemikhankaso ye “Phila Ma” kanye ne
“Phila Mntwana.” Lezi zinhlelo zisiza abesifazane ekuhloleleni umdlavuza webele nowesibeletho, igciwane lengculazi nengculazi, ulekelelo egciwaneni lengculazi nengculazi, ukuqashwa kokukhula kwengane, ukuhlolelwa
ukungondleki, ukuhlinzeka ngamavithamini,
imingenelelo esifweni sohudo, ekukhuthazeni ukuncelisa ibele, ukuhlolela i-TB, ukulandelelwa kwabangadli ngendlela imishanguzo;
ukugoma kanye nezinye izidingo zezempilo
kugxilwe empilweni kamama nengane.
Abesilisa badinga ukuhlolelwa
umdlavuza wezindlala zowesilisa
Njengoba bengaphezu kwama-60% abesilisa abaneminyaka engaphezu kwama-65 abatholakala benomdlavuza wezindlala zowesilisa, uDkt Zungu unxusa
bonke abesilisa, ikakhulu abaneminyaka engaphezu kwama-40 ukuba bahlolele
njalo umdlavuza wezindlala zowesilisa okungumdlavuza owelaphekayo uma
utholakale kusenesikhathi.
INhloko Yomnyango inxuse bonke abesilisa ukuba baye njalo ukuyohlola
bese bebamba iqhaza elikhulu ekunqandeni ukusabalala kwegciwane lengculazi nengculazi. “ Ukuze sibe yisizwe esiphilile, kudingeka sithathe izinqumo
eziphusile ngokumele sikudle, kumele noma akumele siphuze utshwala noma
sibheme okuyizinto eziyingozi empilweni. Kumele baziphathe kahle nakwezocansi,” kuchaza uDkt Zungu. Njengoba iningi labantu baseNingizimu Afrika
likhuluphala ngokweqile kanye nokwenyuka kwezinga lezifo, uMnyango
Wezempilo unxusa wonke umuntu ukuba azikhethele ukuba nempilo. “Ukuphila impilo enhle kubandakanya ukuhlala uzivocavoca, ukudla okunomsoco
nokungaphuzi nokungabhemi, lokhu kungehlisa izibalo zabantu abahaqwe
yisifo sikashukela, umdlavuza, isifo senhliziyo nesohlangothi kanye nezinye
izifo ezingathathelwana,” kwengeza uDkt Zungu.
Yensa umehluko. Ungawenzeli phansi umzimba wakho.
i-16
y
i
z
e
i
d
i
g
i
Iz
h
m
e
u
t
n
zaba
a
w
a
l
u
b
i
z
labeni ingathyizifo ez lani
athe
Inhlabamkhosi yeNhloko Yezempilo
uDkt Sibongile Zungu yokuthi abantu
baphile ngokunempilo ifakazela iphuzu
elibalulekile elashiwo Inhlangano
Yomhlaba Yezempilo (WHO)
ngasekuqaleni kwale nyanga. Izigidi
ezithi azibe yi-16 zabantu emhlabeni
jikelele zifa minyaka yonke zibulawa
yizifo ezingagwemeka. Lezi zifo zibizwa
ngezingathathelani ngoba azedluleli
komunye umuntu, ziyisimbelambela
kanti zihamba phambili ekubulaleni
emhlabeni jikelele. Lezi zifo
zibandakanya lezi ezilandelayo:
Isifo sohlangothi
Isifo senhliziyo
Isifo sikashukela
Umdlavuza
Isifuba somoya
Ukuphambana kwengqondo
Impumelelo yeNingizimu Afrika isezandleni zakho
Izwe lethu selikwazile ukwehlisa
isibalo sabantu ababulawa yingculazi – sibonga imizamo yeminyango
yezempilo nokubanjiswene nabo.
Iningi labesifazane kunabesilisa
seliphila impilo enhle osekwenze
kwehla izibalo zabesifazane ababulawa yizifo ezingathathelwana. Kuningi
kodwa okusamele kwenziwe. I-TB
kanye nesifo senhliziyo kusahamba
phambili ekubulaleni abantu lapha
ezweni lethu – nakuba kugwemeka,
okuchaza ukuthi iningi labantu lisadinga ukunakekela impilo yalo. Ukuqinisekisa ukuthi kuphepha iningi,
i-WHO ibeke imigomo eyisi-9 kuwo
wonke amazwe okumele ifezwe
kuze kube yizi-2025 ukwehlisa isibalo
sabantu abafa minyaka yonke bebulawa yizifo ezingagwemeka.
Yeka ukubhema
Yehlisa otshwaleni
Yidla ngendlela efanele
Zivocavoce
“Sonke simelwe ukuphila ngendlela efanele ukuze
kuliwe nalezi zifo” – Dkt sibongiseni dhlomo
UNgqongqoshe uzoqinisa
umkhankaso wempilo enhle
UNgqongqoshe Wezempilo e-KZN, uDkt Sibongiseni Dhlomo, ohlala njalo
ezivocavoca, uthi kuzoqiniswa umkhankaso womnyango wempilo enhle ukuze
kuphephe iningi. “Mkhulu umphumela wezifo ezingathathelwana kwezomnotho.
Abantu abanalezi zifo bashona beneminyaka engama-40. Uma sikhuluma ngempilo
ende nenhle kumele zingabi bikho lezi zifo. Yithina esizilandela lezi zifo. Sonke
simelwe ukuphila ngendlela efanele ukuze kuliwe nalezi zifo, okuwukudla ngendlela
efanele kanye nokuzivocavoca,” kusho uNgqongqoshe uDhlomo.
Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendlala, Ukunika Ithemba
UKUHUSHULA ISISU
QAPHELA
I
N
E
W
H
T
E
H
T
M
E
O
H
K
E
G
N
IMITHOLAMPILO E
Njengoba sekuphele amaholidi
kaZibandlela iningi labafundi
basemanyuvesi besifazane ligaqelwe
abahushulizisu basemadolobheni.
UMnyango Wezempilo KwaZuluNatali ukhiphe isexwayiso
ngalaba bahushulizisu abangekho
emthethweni ukuba bagwenywe
kunalokho kuyiwe ezikhungweni
zikahulumeni ukuze kutholakale
izeluleko ezifanele ngokuhushulwa
kwezisu – okuvunyelwe ngaphansi
kwezimo ezithile.
Ukuhushula isisu
okushibhile!
• Akukho mibuzo
ebuzwayo
• Kulula, kuyashesha
futhi akubuhlungu
• Imiphumela
iqinisekisiwe
Shayela uDokotela ku:
023 324 2239
Lolu udaba lukaBongi oneminyaka
eyi-16 owakhulelwa ngoLwezi
wangonyaka owedlule. Kwathi
ngokwesaba umndeni wakhe,
waya emtholampilo wokuhushula
izisu emva kokubona epheshaneni
ayelithole kade evakashele umngani
wakhe eThekwini.
“Ngashayela le ndoda eyayibhalwe
esikhangisweni yabe isingitshela
ukuba sihlangane kwelinye ibhilidi
edolobheni. Nganginovalo kakhulu
ngoba isoka lami langilahla emva
kokuba sengikhulelwe. Ngangazi
ukuthi abazali bami babeyocasulwa
okwakwenzekile ngabe sengiqoka
ukusikhipha isisu kanti angibuzanga elangeni. Yangithatha le ndoda
sanyuka saya phezulu kulo leli bhilidi
elingenagesi. Indlu esangena kuyo
yayingcolile inovolo nezinaliti phansi
kanye nesidwedwe esixathukayo
phansi. Kwafanela ukuba ngishiye
iselula nepasi lami njengesibambiso
semali ukuze ngingalokothi ngibaleke”
sekuchaza uBongi.
Senginikwe umuthi othile ukuba ngiwuphuze, indoda eyayizibiza ngo ‘Dr
Momo’ yangihushula isisu. “Wafaka
okuthile ngaphakathi kimi okwakuzokhipha izicucu zengane ngaphakathi.
Kwakubuhlungu kakhulu kuphuma
negazi kepha ayikho into engangingayenza ukukunqanda lokho. Emva
kwalokho wabe esenginika uplastiki omnyama ukuba ngilahle ngawo
umzimba wombungu,” kusho uBongi.
Wasala opha kakhulu esegula futhi
asazama ukukwelapha kepha ukuhlukumezeka komphefumulo yikho okuyohlala unomphelo. “Ngifisa amanye
amantombazane amancane akwazi
engedlule kukho ukuze angacabangi
ukuthi ukuhushula isisu kuyinto elula
engenziwa yinoma ubani. Kungcono
ukukhuluma nomuntu oqeqeshiwe
onjengomhlengikazi ukuze akweluleke
ngendlela efanele,” engeza.
AKHO
LO
E
G
N
ALU
AM
ETHO
H
T
M
O
K
I
S
NGAPHAN ULWA KWEZISU
WOKUHUSH
u
ihushula isis
angas
owesifazane
ahushulwa
izimu Afrika
g
in
eN
ha isisu sing
p
as
w
Ke
o
e.
h
lw
et
le
si
th
u
h
m
ek
ko
tela ngaphan
ala ayi-12
Ngaphansi
we ngudoko
ntweni okuq
ny
o
as
vu
ku
em
a
a
d
m
u
uma ethan
kwangama-20
i ayi-13 kuya
emasontwen
:
ezilandelayo
ma ukulalana
kwalezi zimo
lwengulwa no
zobeka engcupheni
ku
Ukukhulelwa
o kamama.
qond
impilo noma um
okukhubazeka
un
u
Uma umbung
omzimba.
do noma ngok
ngokwengqon
phumela
lelwa kungum
Uma ukukhu
wokud
kwezihlobo.
kuzodala
nokukhulelwa
Ukuqhubeka
a
omnotho nom
izinkinga kwez
mama.
enhlalweni ka
la isisu
u
h
s
u
a umuntu
h
u
k
o
b
i
ma kwenziw
u
z
lu
o
u
g
h
a
n
ak
ik
u
Ub
phephile
ula isisu nom
gi kwezisu ku
a uma uhush
aphel
a okunin
elidayiswa
thethweni. Q
Ukuhushulw
wuketshezi)
gweni esisem
ku
n
o
u
a
h
m
ik
o
es
n
e
philisi
oqeqeshiw
delayo:
shula (okuyi
hilisi lokuhu
lokhu okulan
a
el
h
ap
Q
o.
usebenzisa ip
angisway
isisu
i noma elikh
mbisa ukuthi
emigwaqen
muntu oqhaka
U
akanani.
ng
si
se
e
la
ofunde
za udokotela,
a
zi
hlengika nom
ubudokotela, um
i
lis
hi
ip
udayisela
usokhemisi ok
i.
isu emgwaqen
is
lokuhushula
ele
is
im
hi umuntu oz
Noma yimup
la isisu.
hu
us
ho azokuh
ak
kw
a
uz
ok
ng
a kwesisu
Ukuhushulw
kho esimweni
endaweni enge
zeko.
nangokwenhlan
Umuntu ozen
ma ngab
usihushula no
eni
kala enombolw
la
Umuntu otho
ingwane
in
in
em
nikezi ng
ga
on
,
la
lu
se
ye
futhi ongenabo
yakhe ephelele
andlwini
bhaliswa emkh
ubufakazi boku
rika.
eNingizimu Af
wezempilo was
mbisa
he
et
ow
hi umuntu
Noma yimup
cane.
isu ngemali en
ukuhushula is
Sebenzisa amalungelo akho ngobuhlakani hhayi ngobulima.
Phepha, uthole ulwazi bese wenza okufanele.
Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendlala, Ukunika Ithemba
NGEMBOBO KAKHIYE
Hlangana nendoda ephumelelise ukusoka e-KZN
Dkt Alamgir Quazi
Uneminyaka engama-65 uchwepheshe wokuhlinza othi ubizelwe ukusoka. Nakuba
esesebenze emhlabeni wonke njengodokotela ohlinzayo kepha ayikho into emjabulisa
njengokuqokelwa ukuba uChwepheshe Wokuhlinza Oyinhloko, ngonyaka owedlule, iNhloko
Yesikhungo Sokusoka esiBhedlela iNorthdale, eMgungundlovu. Lesi sikhungo esiphethwe
uDkt Quazi siqeqesha labo abazosoka abantu ukuze bakwenze ngendlela efanele futhi
beqashwe ngeso lokhozi.
Ukuzithoba kwakhe nokuzinikelela abahlwempu
Naye ukhulele endaweni esemakhaya
eBangladesh, uDkt Quazi wafundela
ubudokotela eNyuvesi iDhaka ekhona
eBangladesh, wabuye waqhuba izifundo
zakhe emazweni anjengeDenmark kanye
ne-Ireland. Wasebenza emhlabeni wonke
ngaphambi kokubiza iNingizimu Afrika
njengekhaya lakhe. “Kwakumele ngithathe umhlalaphansi eminyakeni emibili
eyedlule kepha lolu ubizo lwami, ngakho
angikwazi ukuziba abantu abahlwempu
abangidingayo. Inkinga enkulu eba khona
uma ukusoka kungahambanga ngendlela
kuba ukuthi labo abebesoka abazange
bathole uqeqesho olufanele, yingakho
ngabona kufanele ukuba ngiqinisekise
ukuthi abantu basokwa ngendlela efanele,
ngabantu abaqeqeshiwe. Sifisa kusokwe
ngendlela esezingeni eliphezulu ukuze
kwehle izinga lokusabalala kwegciwane
lengculazi. Labo abangasoki babeka impilo
yabo engozini yokuthola igciwane lengculazi okwenza kufanele sigqugquzele abesilisa ukuba baphume ngobuningi babo
bayosoka,” kuchaza uDkt Quazi ochitha
izimpelasonto zakhe ngokusiza labo abadinga usizo lwakhe.
‘Akukho okumele
kusatshwe’
Ngesikhathi sixoxa noDkt Quazi, kwafika
abazali bengane yomfana eneminyaka
emithathu bemcela ukuba asoke ingane
yabo. Baqala baba novalo bebuza ngobuhlungu obuzozwiwa yingane yabo.
Ukungabi namatata kwakhe kwabenza
“Ngingamane ngisize
abahlala emaqhugwaneni kuneziqumama” – Dkt Alamgir Quazi
nabazali bakhululeka uma uDkt Quazi
esebatshela ukuthi akukho okubi okuzokwenzeka enganeni yabo. Emva kwemizuzu
eyi-15 umfana wabo wabe esesokiwe ngaphandle kwenkinga. Ukusebenzisa indlela
yeTara Klamp esala ibophe ijwabu emva
kokusoka (eziwela emva kwezinsuku ezimbalwa) yisona sizathu esenza ukusoka eKZN kube yimpumelelo. “Siye sithi abantu
abazikhethele. Siqeqesha ngazo zombili
izindlela zokusoka ukuze iziguli zizikhethele. Noma ngabe iyiphi abayikhethayo, siqinisekisa ukuthi yenziwa ngendlela efanele.
Yikona okubalulekile,” kusho uDkt Quazi
ngokuzithoba, owenza wonke umuntu
oseduzane naye athokoze. Ukukhuthaza
ngokuthinta umuntu emhlane, ukunaka
labo abasalindile, ukubuza ukuthi ‘unjani’
ube sewazi ukuthi nansi indoda ezimisele
ukwenza umehluko.
Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendlala, Ukunika Ithemba